URICK ROSS NENDUMEZULU YOMCIMBI ETHEKWINI - Podcast Affirmation
UMREPHA waseMelika uRick Ross kulindeleke ukuthi atheleke kuleli ukuzojabulisa abathandi bomculo, emcimbini iDurban Music Fest azoba seHollwoodbets eKingsPark eThekwini mhlaka 3 May. Lo mrepha wodumo lengoma ethi “You the Boss”, wenze ividiyo lapho eveza khona ukuthi uyakujabulela ukuthola ithuba lokubuya eNingizimu Afrika.Wathembisa ukuthi uzofika enze adume ngazo uma esecula bukhoma esiteji. “Inhloso ukuvala igebe phakathi […]